UMPETHA omusha we-SA Female Super Middleweight, uWendy "Rose of Lindelani" Gcadu, uveze ukuthi usizwe ukungaseyi isitha sakhe phezu kokuba esesishaye izikhawu.
ITHEMBA lakhe lonke uselibeke esibhakeleni uPhumelele "Scishamlilo" Ngcobo (27) owaphuthwa ithuba lokudlalela iqembu lombhoxo amaHollywoodbets Sharks nokuba umshayeli ...
USIHLALO waMaZulu, uSandile Zungu, udalule ukuthi waqala ukweshela uBongani "Ben 10" Zungu ngesikhathi ebuya eScotland, engakayijoyini iMamelodi Sundowns.
UZOYILONDOLOZELA imfundo yendodakazi yakhe imali ayithole ngokuphuca uThema Zuma ibhande le-SA Female Jr Bantamweight uNosiacwase "Golden Girl" Dube-Mutavhatsindi ...
IMARUMO Gallants kuvela ukuthi ihlela ukubuyisa umdlali wasesiswini, uNdabayithethwa Ndlondlo, olizwa ngendaba ijezi kwi-Orlando Pirates ngaphansi komqeqeshi uJose ...
USIHLALO weCape Town City, uJohn Comitis, ubalula ukubaluleka kokunqoba emdlalweni wokugcina kulo nyaka abazowudlala naMaZulu.
NAKUBA umgadli weKaizer Chiefs, uRanga Chivaviro (32), enyamanambana kubalandeli baleli qembu kodwa imenenja yakhe iveza ukuthi uzokwenza konke okusemandleni ukuze ...
UMSHAYISIBHAKELA wase-Eastern Cape, uSiyakholwa "One Way" Kuse (21) uzongena eringini kusasa eyolwela ibhande le-WBC ephethe amathemba kaThami Luthuli waseNkandla, ...
IBAMBA lomqeqeshi weRichards Bay, uRonnie Gabriel, livuma ukuthi ukuphikwa imiphumela sekwehlise ukuzethemba kubadlali babo.
NAKUBA AmaZulu evulela isibhaxu kulezi zinsuku kodwa omunye wabaqeqeshi bawo, uVusumuzi "Kanu" Vilakazi, uveze ukuthi bakholelwa ekutheni abadlali babo abakazimiseli ...
ISILOMO somdlali we-wheelchair tennis, uLucas Sithole, sizimisele ngokwenza konke okusemandleni ukuzibekisela indawo kwi-Austalian Open ezokuba ngoJanuwari 6-26 ...
I-SOUTH African Football Association (Safa) izocela abaqeqeshi baseMzansi asebemnkantshubomvu ukuthi bafake isandla ekudwebeni indlela yokudlala amaqembu esizwe ...
AKALILAHLILE ithemba ngokubuyela kuMaZulu uSandile "Mbaya" Khumalo (26) obolekiswe yileli qembu kwiBlack Leopards eyibamba kwiMotsepe Foundation Championship.
KUVELA ukuthi abadlali beMagesi FC bathenjiswe uKhisimusi omnandi uma beke banqoba inkomishi yeCarling Knockout ngempelasonto.
USIHLALO weTS Galaxy, uTim Sukazi, uveza ukuthi basayinise uKeagan Dolly (31) ngoba befuna afake isandla nasethimbeni labaqeqeshi.
OPHETHE isikhundla sokuba wumqondisi wosomaqhinga kwiSouth African Football Association (Safa), uWalter Steenbok, uveze ukuthi uxolisile kuMabhuti Khenyeza nakuVusumuzi ...
ILIBHEKISA kwiDrakensberg Marathon ngenhloso yokuyobuyisa indondo yayo yegolide intokazi yaKwaMgaye, eMzumbe, u-Andisiwe Njunguza obe nonyaka omuhle kwezokusubatha. ...
IMPUMELELO yeMagesi imangaza ngisho uSolly Makhubela ongusihlalo wayo.
UMNIKAZI ophinde abe ngumqeqeshi weThekwini Coastal, uLindani "Mantaye" Shezi, uveza isizathu esenze bangayiqala kahle isizini ka-2024/25 kwi-ABC Motsepe League. ...
BATHOLE ithuba eliyingqayizivele abafundi besikole sezolimo, iWeston Agricultural College, eMooi River beqokelwa eqoqweni lakuleli elizolibhekisa e-Italy ukuyodlala ...
UWUQONDA kahle umsebenzi omhlalele uSead Ramovic olaxaze iTS Galaxy wathatha umsebenzi wokuqeqesha iYoung Africans yaseTanzania. Emasontweni edlule, lo mqeqeshi ...
UStephen Mokoka, ongomunye wabasubathi okubhekwe ukuthi badle umhlanganiso emlenzeni wokuqala weHollywoodbets Joburg 10km, uveze ukuthi umzimba wakhe usuwulungele ...
UVEZA ukuthi kunesikhathi lapho ake alahla khona ithemba ngokubuyela kwiBetway Premiership uSiyabulela Shai, otakulwe yiMarumo Gallants ngaphambi kokuqala kwesizini ...
UKHULUMA ngokucophelela uFadlu Davids ongumqeqeshi weSimba S. C uma ebuzwa ngamathuba okubuyisela leli qembu esicongweni ebholeni laseTanzania. Lo mqeqeshi odabuka ...
UZOVALA unyaka ngeHollywoodbets Joburg 10km, uKamohelo Mofolo waseLesotho, obe nonyaka omuhle kwezokusubatha.